Imininingwane ngohlelo

Ukuphumula Kwaba KhatheleIsampula

Rest For The Weary

USUKU 1 KWEZINGU- 3

uJesu ubiza labo abakhatheleyo naba sindwayo ukuba beze kuYe ukuze bathole ukuphumula. 

Encwadini yokholo kaMathewu, uJesu wabagxeka ababhali naba Farisi ngoba babe 

“Bophela imithwalo esindayo bayibeke emahlombe abantu, kepha bona ngokwabo bengafisi nokuyifukula ngisho nangomunwe” (Matthew 23:4). 

Okuhlukile kwimigomo, izimfuneko, kanye nemithetho yababhali naba Farisi okwakumelwe ibhekwe futhi bedinga ukuba igcinwe ukuze ube yingxenye ngokuphelele kukholo lwama Israyeli, ngukuthi, uJesu ngokulula wabiza bonke abakhatheleyo nabasindwayo ukuba beze kuYe.

 ubizo luka Jesu lungubizo kubona bonke labo ngokwemizamo yabo yokungena ebudlelwaneni no Jesu abazihlambileyo bezishisa ngokwabo. Ubudlelwano bethu Naye abuzi namigomo noma nesivumelwano sokubonisana. Kuyisipho esingumusa, wesibonelelo esinikwezwe kubona bonke labo abezayo, futhi uJesu uthembisa ukuthi bonke labo abaphendulayo kubizo lwakhe bayakuthola ukuphumula (Matthew 11:28).

Kungani ukuza ku Jesu kunika ithemba loku "phumula" kulabo "abakhathele nabasindwayo na?”

Uma ufisa ukufunda kabanzi ngokuphumula esikuthola ngo Jesu, singajabula ukukupha isifundo ongasi downloader sivela ku Dr. Tony Evans, njengesipho sethu kuwe. Cindezela lapha. 

Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

Rest For The Weary

Uhlaka lwalesisifundo olubhalwe ngu Dr. Tony Evans, luzokupha ukuba ubone ngokujulile imiyalo emithathu eyakhishwa ngu Jesu, ukusiza wena ukuba ungene esikhathini sokuphumula ngokunethezeka empilweni yakho.

Sifisa ukubonga The Urban Alternative (Tony Evans) ngokusibonelela ngale sifundo. Ukuthola ulwazi olubanzi, sicela usivakashele: https://tonyevans.org

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo