NgokukaMarku 3:31-35
NgokukaMarku 3:31-35 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kwase kufika abafowabo nonina, bema ngaphandle, bathumela kuye bembiza. Isixuku sasihlezi simzungezile, sathi kuye: “Bheka, unyoko nabafowenu ngaphandle bayakufuna. Wasebaphendula wathi: Ngubani umame kumbe abafowethu? Wasethalaza ababehlezi bemphahlile, wathi: Khangelani umama labafowethu. Ngokuba owenza intando kaNkulunkulu nguye ongumfowethu nodadewethu nomame.”
NgokukaMarku 3:31-35 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwase kufika unina kaJesu nabafowabo, bema ngaphandle, base bethumela kuye ukuba ayobizwa. Isixuku esasimngungile sathi kuye: “Unyoko, abafowenu, nawodadewenu bemi ngaphandle; bayakufuna.” Wabaphendula wathi: “Ngubani umame nabafowethu na?” Waqalaza ebuka ababehlezi bemngungile, wathi: “Niyabona-ke, nangu umame nabafowethu. Ngokuba noma ngubani owenza intando kaNkulunkulu, nguye ongumfowethu nodadewethu nomame.”
NgokukaMarku 3:31-35 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kwase kufika unina nabafowabo, bema ngaphandle, bathumela kuye bembiza. Isixuku sabantu sasimphahlile; bathi kuye: “Bheka, unyoko nabafowenu nawodadewenu bangaphandle bekufuna.” Wabaphendula wathi: “Ngubani umame nabafowethu na?” Waqalaza ebuka ababehlezi bemphahlile, wathi: “Bhekani, nangu umame nabafowethu. Ngokuba owenza intando kaNkulunkulu nguye ongumfowethu nodadewethu nomame.”
NgokukaMarku 3:31-35 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)