Kwabase-Efesu 6:1-4
Kwabase-Efesu 6:1-4 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Bantwana, lalelani abazali benu eNkosini, ngokuba lokho kulungile. Yazisa uyihlo nonyoko; (ongumlayo wokuqala onesithembiso;) Ukuze kube kuhle kuwe, futhi uhlale isikhathi eside emhlabeni. Nani bobaba, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.
Kwabase-Efesu 6:1-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Bantwana, hloniphani abazali benu eNkosini, ngokuba lokho kulungile. Hlonipha uyihlo nonyoko, okungumyalelo wokuqala onesithembiso: ukuze kube kuhle kuwe, uhlale kade emhlabeni. Nani boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.
Kwabase-Efesu 6:1-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Bantwana, lalelani abazali benu eNkosini, ngokuba lokho kulungile. Yazisa uyihlo nonyoko, okungumyalelo wokuqala onesithembiso: ukuze kube kuhle kuwe, uhlale kade emhlabeni. Nani boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.
Kwabase-Efesu 6:1-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)