Kwabase-Efesu 6:1-4

Kwabase-Efesu 6:1-4 ZULUNT

Bantwana, lalelani abazali benu eNkosini, ngokuba lokho kulungile. Yazisa uyihlo nonyoko; (ongumlayo wokuqala onesithembiso;) Ukuze kube kuhle kuwe, futhi uhlale isikhathi eside emhlabeni. Nani bobaba, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Kwabase-Efesu 6:1-4