1 kaJohane 4:13-15
1 kaJohane 4:13-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngalokho siyazi ukuthi sihlala kuye, naye kithi, ngokuba usinikile okukaMoya wakhe. Nathi sibonile, siyafakaza ukuthi uYise wayithuma iNdodana ibe nguMsindisi womhlaba. Ovumayo ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu, uNkulunkulu uhlala kuye, naye kuNkulunkulu.
1 kaJohane 4:13-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngenxa yokuba esiphe okoMoya wakhe, ngalokho siyazi ukuthi sihlala kuye, naye kithi. Thina sibonile, futhi siyafakaza ukuthi uYise wayithuma iNdodana ukuba ibe nguMsindisi wezwe. Lowo ovuma ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu, uNkulunkulu uhlala kuye, naye kuNkulunkulu.
1 kaJohane 4:13-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngalokho siyazi ukuthi sihlala kuye, naye kithi, ngokuba usiphile okukaMoya wakhe. Thina sibonile, siyafakaza ukuthi uYise wayithuma iNdodana ibe nguMsindisi wezwe. Lowo ovuma ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu, uNkulunkulu uhlala kuye, naye kuNkulunkulu.
1 kaJohane 4:13-15 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)