1 KaJohane 4:13-15

1 KaJohane 4:13-15 ZUL20

Ngenxa yokuba esiphe okoMoya wakhe, ngalokho siyazi ukuthi sihlala kuye, naye kithi. Thina sibonile, futhi siyafakaza ukuthi uYise wayithuma iNdodana ukuba ibe nguMsindisi wezwe. Lowo ovuma ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu, uNkulunkulu uhlala kuye, naye kuNkulunkulu.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KaJohane 4:13-15