1 kaJohane 4:13-15

1 kaJohane 4:13-15 CZB24

Ngalokho siyazi ukuthi sihlala kuye, naye kithi, ngokuba usinikile okukaMoya wakhe. Nathi sibonile, siyafakaza ukuthi uYise wayithuma iNdodana ibe nguMsindisi womhlaba. Ovumayo ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu, uNkulunkulu uhlala kuye, naye kuNkulunkulu.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kaJohane 4:13-15