Amahubo 37:23-25

Amahubo 37:23-25 CZB24

Izinyathelo zomuntu zimiswa nguJehova, futhi uyayithanda indlela yakhe. Noma ewa, akayikuwa phansi nesiqalekiso, ngokuba uJehova uyamsekela ngesandla sakhe. Ngangimusha, manje sengimdala; kepha angizange ngibone olungileyo eshiyiwe, nenzalo yakhe iphanza ukudla.