AMahubo 37:23-25

AMahubo 37:23-25 ZUL20

USimakade uyaziqinisa izinyathelo zomuntu lapho eyithanda indlela yakhe. Uma ewa, akayukufumbeka phansi, ngokuba uSimakade ubamba isandla sakhe. Kade ngimusha, manje sengimdala, kodwa angikaze ngimbone olungileyo eshiyiwe, nozalo lwakhe luyizinxibi.