Amahubo 18:16-19

Amahubo 18:16-19 CZB24

Wathumela esezulwini, wangibamba, wangikhipha emanzini amaningi. Wangisindisa esitheni sami esinamandla nakubo ababengizonda, ngokuba babenamandla kunami. Bangivimbezela ngosuku lwesigemegeme sami, kepha uJehova waba yinsika yami. Wangikhipha wangiyisa endaweni enkulu; Wangisindisa, ngokuba wayethokozile ngami.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Amahubo 18:16-19