AMahubo 18:16-19

AMahubo 18:16-19 ZUL20

USimakade welule isandla sakhe esezulwini, wangixhakathisa, wangidonsa, engikhipha ezikhukhuleni ezesabekayo. Wangisindisa ezitheni zami ezinamandla; bezinamandla kunami, kodwa Yena wangihlenga. Zingihlasele ngacishe ngabhubha, kodwa uSimakade wangivikela. Ungikhululile kuzona; wangisindisa ngoba engithanda.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AMahubo 18:16-19