AmaHubo 18:16-19

AmaHubo 18:16-19 ZUL59

Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi. Wangophula esitheni sami esinamandla nakubo abangizondayo, ngokuba base bengahlulile. Bangihlasela ngosuku lwesigemegeme sami, kepha uJehova waba yinsika yami. Wangiphumisela endaweni ebanzi; wangikhulula, ngokuba ebethokoza ngami.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 18:16-19