Amahubo 136:1-4

Amahubo 136:1-4 CZB24

Dumisani uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Dumisani uNkulunkulu wawonkulunkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Dumisani iNkosi yamakhosi, ngokuba umusa wayo umi phakade. Kuye yedwa owenza izimangaliso ezinkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Amahubo 136:1-4