AMahubo 136:1-4

AMahubo 136:1-4 ZUL20

Bongani uSimakade, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Bongani uNkulunkulu wonkulunkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Bongani iNkosi yamakhosi, ngokuba umusa wayo umi phakade; yona yodwa eyenza izimangaliso ezinkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AMahubo 136:1-4

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo