AmaHubo 136:1-4

AmaHubo 136:1-4 ZUL59

Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Bongani uNkulunkulu wawonkulunkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Bongani iNkosi yamakhosi, ngokuba umusa wayo umi phakade; yona engoyedwa owenza izimangaliso ezinkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 136:1-4

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo