Lapho ukuhlakanipha kungena enhliziyweni yakho, nolwazi luthokozisa umphefumulo wakho; Ukuzindla kuyakulondoloza, ukuqonda kuyakulonda. Ukukophula endleleni yomubi, kumuntu okhuluma amanga; abashiya izindlela zokulunga, ukuze bahambe ezindleleni zobumnyama; abathokoza ngokwenza okubi, bathokoze ngamanga ababi; abazindlela zabo ziyisigwegwe, baduka ezindleleni zabo
Funda Izaga zikaSolomoni 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Izaga zikaSolomoni 2:10-15
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo