Ngokuba ukuhlakanipha kuyongena enhliziyweni yakho, ukwazi kuthokozise umphefumulo wakho. Amasu ayakukuvikela, ukuqonda kukugcine. Ukuhlakanipha kuyokophula endleleni yokubi, nakulabo abakhuluma okuphambene, abadela izindlela zobuqotho, bahambe ebumnyameni. Abathokozela ukwenza okubi, bakikizelele okuphambeneyo, abandlela zabo zigwegwile, nemikhondo yabo imazombezombe.
Funda IZaga 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IZaga 2:10-15
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo