Marku 11:1-11

Marku 11:1-11 CZB24

Sebesondele eJerusalema eBetfage naseBethaniya ngaseNtabeni Yeminqumo, wathuma ababili kubafundi bakhe, Wathi kubo: “Hambani niye emzaneni obhekene nani; mthukululeni, nimlethe. Uma umuntu ethi kini: ‘Nenzelani lokhu na? anothi iNkosi iyalidinga; njalo izahle imthumele lapha. Base behamba, bafica ithole likhulekiwe ngasemnyango ngaphandle endaweni yezindlela ezimbili; bamthukulule. Abathile kwababemi khona bathi kubo: Nenzani nilithukulula ithole na? Basho kubo njengokuyala kukaJesu; base bebadedela. Baletha ithole kuJesu, babeka izingubo zabo phezu kwalo; wahlala phezu kwakhe. Abaningi bendlala izingubo zabo endleleni, kepha abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni. Lababehamba phambili lababelandela bamemeza besithi: Hosana; Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi. Ubusisiwe umbuso kababa wethu uDavida, ozayo ebizweni leNkosi. Hosana kweliphezulu! UJesu wangena eJerusalema, ethempelini, waqalaza zonke izinto, sekuhlwile, waphuma waya eBethaniya nabayishumi nambili.

Funda Marku 11