Baletha kuye abantwana abancane ukuba abathinte; abafundi bakhe babakhuza. Kodwa uJesu ekubona wathukuthela, wathi kubo: Vumelani abantwana abancane beze kimi, lingabenqabeli, ngoba umbuso kaNkulunkulu ungowabanjalo. Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo ongamukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana, kasoze angena kuwo. Wabagona, wabeka izandla phezu kwabo, wababusisa.
Funda Marku 10
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Marku 10:13-16
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo