NgokukaMakhu 10:13-16

NgokukaMakhu 10:13-16 ZUL20

Base beletha kuye abantwana abancane ukuba abaphathe, kodwa abafundi babakhuza. UJesu ekubona lokho wathukuthela, wathi kubo: “Vumelani abantwana beze kimi, ningabenqabeli, ngokuba umbuso kaNkulunkulu ungowabanjalo. Ngiqinisile ngithi kini: yilowo nalowo ongawemukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana, kasoze angena kuwo.” Wayesebagona, wababusisa, ebeka izandla phezu kwabo.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMakhu 10:13-16