Luka 9:1-9

Luka 9:1-9 CZB24

Wasebizela ndawonye abafundi bakhe abayishumi nambili, wabanika amandla negunya phezu kwamademoni onke, nokuphulukisa izifo. Wabathuma ukuthi bashumayele umbuso kaNkulunkulu, baphulukise abagulayo. Wathi kubo: “Ningaphathi lutho lwendlela, naludondolo, nasikhwama, nasinkwa, namali; futhi ningabi namabhantshi amabili. Nakuyiphi indlu eningena kuyo, hlalani khona, nimuke lapho. Lalowo ongayikunamukela, anothi niphuma kulowo muzi, nivuthulule nothuli ezinyaweni zenu, kube ngubufakazi kubo. Base bemuka, badabula imizi, beshumayela ivangeli, bephulukisa ezindaweni zonke. Kepha uHerode umtetrarki wezwa konke okwenziwa nguye, wasambatheka, ngokuba abanye bathi uJohane uvukile kwabafileyo; labanye ukuthi uEliya ubonakele; labanye ukuthi kwavuka omunye wabaprofethi abadala. UHerodi wathi: “UJohane ngamnquma ikhanda; wasefisa ukumbona.

Funda Luka 9

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Luka 9:1-9