Luka 6:46-49

Luka 6:46-49 CZB24

Ningibizelani ngokuthi: ‘Nkosi, Nkosi,’ kodwa ningakwenzi engikushoyo na? Loba ngubani oza kimi, ezwe amazwi ami, awenze, ngizalitshengisa ukuthi ufana lobani; Ufana nomuntu owakha indlu, wemba washonisa, wabeka isisekelo phezu kwedwala; Kepha ozwayo, angakwenzi, ufana nomuntu owakha indlu emhlabathini ingenasisekelo; umfula washaya ngamandla, yawa masinyane; futhi ukubhidlika kwaleyondlu kwaba kukhulu.

Funda Luka 6

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Luka 6:46-49