Luka 6:43-45

Luka 6:43-45 CZB24

Ngokuba akusimuthi omuhle othela isithelo esibi; futhi kawukho umuthi omubi othela isithelo esihle. Ngokuba yilowo nalowomuthi waziwa ngesithelo sawo. Ngokuba abantu abawakhi amakhiwane emeveni, nababutha izithelo zomvini esihlahleni esihlahleni. Umuntu omuhle emfuyweni enhle yenhliziyo yakhe uveza okuhle; nomuntu omubi emfuyweni embi yenhliziyo yakhe ukhipha okubi, ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.

Funda Luka 6

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Luka 6:43-45