NgokukaLuka 6:43-45
NgokukaLuka 6:43-45 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba akusimuthi omuhle othela isithelo esibi; futhi kawukho umuthi omubi othela isithelo esihle. Ngokuba yilowo nalowomuthi waziwa ngesithelo sawo. Ngokuba abantu abawakhi amakhiwane emeveni, nababutha izithelo zomvini esihlahleni esihlahleni. Umuntu omuhle emfuyweni enhle yenhliziyo yakhe uveza okuhle; nomuntu omubi emfuyweni embi yenhliziyo yakhe ukhipha okubi, ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.
NgokukaLuka 6:43-45 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Ngokuba awukho umuthi omuhle othela isithelo esibi, futhi nomuthi omubi awutheli isithelo esihle. Ngokuba yilowo nalowo muthi waziwa ngesithelo sawo. Akukhiwa amakhiwane emeveni, nezithelo zomvini azikhiwa ejikijolweni. Umuntu omuhle uveza okuhle engcebweni yenhliziyo enhle, nomubi uveza okubi engcebweni embi, ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.
NgokukaLuka 6:43-45 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Ngokuba akukho muthi omuhle othela isithelo esibi; futhi nomuthi omubi awutheli isithelo esihle. Ngokuba yilowo nalowo muthi waziwa ngesithelo sawo. Akukhiwa kambe amakhiwane emeveni, nezithelo zomvini azikhiwa ejikijolweni. Umuntu omuhle uveza okuhle emfuyweni enhle yenhliziyo, nomubi uveza okubi emfuyweni embi; ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.
NgokukaLuka 6:43-45 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)