Johane 7:20-24

Johane 7:20-24 CZB24

Isixuku saphendula sathi: “Unedemoni wena; UJesu waphendula wathi kubo: “Munye umsebenzi engiwenzile, niyamangala nonke. Ngakho uMose uninikile ukusoka; (kungesikho ukuthi kuvela kuMose kodwa kokhokho), niyakusoka umuntu nangesabatha. Uma umuntu emukela ukusoka ngesabatha, ukuze kungephulwa umthetho kaMose; niyangithukuthelela, ngokuba ngiphilise umuntu ngesabatha na? Ningahluleli ngokubonakala, kodwa yahlulelani ukwahlulela okulungileyo.

Funda Johane 7