Johane 11:4-6

Johane 11:4-6 CZB24

UJesu esekuzwile wathi: Lokhu kugula akusikho okokufa, kodwa kungokwenkazimulo kaNkulunkulu, ukuze iNdodana kaNkulunkulu ikhazinyuliswe ngakho. Kepha uJesu wayebathanda oMarta nodadewabo noLazaru. Khona esezwile ukuthi uyagula, wahlala izinsuku ezimbili kuleyo ndawo ayekuyo.

Funda Johane 11