NgokukaJohane 11:4-6

NgokukaJohane 11:4-6 ZUL20

UJesu ekuzwa lokho, wathi: “Lokhu kugula akukhona okokufa, kodwa ukuze kudunyiswe uNkulunkulu, neNdodana kaNkulunkulu idunyiswe ngakho.” UJesu wayebathanda oMartha nodadewabo noLazaru. Ngakho-ke lapho esezwa ukuthi uLazaru uyagula, wahlala izinsuku ezimbili kuleyo ndawo ayekuyo.