NgokukaJohane 11:4-6

NgokukaJohane 11:4-6 ZUL59

UJesu esekuzwile lokho wathi: “Lokhu kugula akusikho okokufa, kodwa kungenxa yenkazimulo kaNkulunkulu ukuba iNdodana kaNkulunkulu ikhazimuliswe ngakho.” Kepha uJesu wayebathanda oMarta nodadewabo noLazaru. Ngakho-ke kwathi ezwa ukuthi uyagula, wahlala futhi izinsuku ezimbili endaweni abe kuyo.