O Siyoni, oletha izindaba ezinhle, khuphuka intaba ende; Jerusalema, oletha izindaba ezinhle, phakamisa izwi lakho ngamandla; liphakamise, ungesabi; yisho emizini yakwaJuda ukuthi: ‘Nangu uNkulunkulu wenu! Bheka, iNkosi uJehova iyakuza ngesandla esinamandla, nengalo yayo iyobusa esikhundleni sayo; bheka, inkokhelo yakhe inaye, uyasebenza phambi kwakhe.
Funda U-Isaya 40
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: U-Isaya 40:9-10
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo