U-Isaya 40:9-10
U-Isaya 40:9-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Khuphukela entabeni ende, wena, Siyoni, obika okujabulisayo, uphakamise ngamandla izwi lakho, wena Jerusalema obika okujabulisayo, uliphakamise ungesabi, usho emizini yakwaJuda ukuthi: “Bhekani, nangu uNkulunkulu wenu.” Bhekani, iNkosi uJehova iyeza ngamandla; ingalo yayo iyakumbusela; bhekani, umvuzo wayo inawo, inkokhelo yayo iphambi kwayo.
U-Isaya 40:9-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
O Siyoni, oletha izindaba ezinhle, khuphuka intaba ende; Jerusalema, oletha izindaba ezinhle, phakamisa izwi lakho ngamandla; liphakamise, ungesabi; yisho emizini yakwaJuda ukuthi: ‘Nangu uNkulunkulu wenu! Bheka, iNkosi uJehova iyakuza ngesandla esinamandla, nengalo yayo iyobusa esikhundleni sayo; bheka, inkokhelo yakhe inaye, uyasebenza phambi kwakhe.
U-Isaya 40:9-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Khuphukela entabeni ephakemeyo, wena Ziyoni, ophethe izindaba ezinhle. Phakamisa izwi lakho ngamandla, Jerusalema ophethe izindaba ezinhle; liphakamise ungesabi, yisho emizini yakwaJuda, uthi: “Bhekani, nangu uNkulunkulu wenu.” Bhekani, iNkosi uSimakade iyeza ngamandla; izobusa ngengalo yayo; bhekani, umvuzo wayo uza nayo, nenkokhelo yayo iphambi kwayo.