U-Isaya 12:1-6

U-Isaya 12:1-6 CZB24

Ngalolosuku uyakuthi: Jehova, ngiyakukubonga; nakuba wawungithukuthelele, intukuthelo yakho yaphenduka futhi wangiduduza. Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakwethemba, ngingesabi, ngokuba iNkosi uJehova ingamandla ami nehubo lami; waba yinsindiso yami. Ngakho niyakukha amanzi ngokuthokoza emithonjeni yensindiso. Ngalolo suku niyakuthi: Dumisani uJehova, nibize igama lakhe, nimemezele izenzo zakhe phakathi kwezizwe, nisho ukuthi igama lakhe liphakeme. Hlabelelani inkazimulo kaJehova; ngoba wenzile izinto ezinhle kakhulu; kuyaziwa emhlabeni wonke. Memeza ujabule, wena owakhileyo eSiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli ophakathi kwakho.

Verse Images for U-Isaya 12:1-6

U-Isaya 12:1-6 - Ngalolosuku uyakuthi: Jehova, ngiyakukubonga; nakuba wawungithukuthelele, intukuthelo yakho yaphenduka futhi wangiduduza.
Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakwethemba, ngingesabi, ngokuba iNkosi uJehova ingamandla ami nehubo lami; waba yinsindiso yami.
Ngakho niyakukha amanzi ngokuthokoza emithonjeni yensindiso.
Ngalolo suku niyakuthi: Dumisani uJehova, nibize igama lakhe, nimemezele izenzo zakhe phakathi kwezizwe, nisho ukuthi igama lakhe liphakeme.
Hlabelelani inkazimulo kaJehova; ngoba wenzile izinto ezinhle kakhulu; kuyaziwa emhlabeni wonke.
Memeza ujabule, wena owakhileyo eSiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli ophakathi kwakho.U-Isaya 12:1-6 - Ngalolosuku uyakuthi: Jehova, ngiyakukubonga; nakuba wawungithukuthelele, intukuthelo yakho yaphenduka futhi wangiduduza.

Memeza ujabule, wena owakhileyo eSiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli ophakathi kwakho.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo