Emva kwalezo zinto umphathizitsha wenkosi yaseGibithe nombhaki bakhubekisa inkosi yabo, inkosi yaseGibithe. UFaro wazithukuthelela izinceku zakhe ezimbili, induna yabaphathizitsha nenduna yababhaki. Wabafaka esitokisini endlini yenduna yemilindankosi, etilongweni, indawo lapho uJosefa ayeboshwe khona. Induna yemilindankosi yamyala uJosefa, wabasebenzela; bahlala esitokisini isikhathi.
Funda UGenesise 40
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UGenesise 40:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo