UGenesise 12:11-13

UGenesise 12:11-13 CZB24

Esesondele ukungena eGibithe, wathi kuSarayi umkakhe: “Bheka, ngiyazi ukuthi ungowesifazane omuhle obukekayo. Kuyakuthi lapho abaseGibithe bekubona, bathi: ‘Lo ngumkakhe; bazangibulala mina, kodwa wena bakugcine uphila. Wothi, ungudadewethu, ukuze kube kuhle kimi ngenxa yakho; futhi umphefumulo wami uyakuphila ngawe.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 12:11-13