Kwabase-Efesu 4:25-27

Kwabase-Efesu 4:25-27 CZB24

Ngakho lahlani amanga, nikhulume iqiniso, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe, ngokuba singamalungu omunye komunye. Thukuthelani, ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele. Futhi ningamniki uSathane indawo.