Kwabase-Efesu 4:25-27
Kwabase-Efesu 4:25-27 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke hlukanani namanga, nikhulume iqiniso, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe, ngokuba singamalungu omunye elomunye. Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele. Ningamniki uSathane indawo.
Kwabase-Efesu 4:25-27 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho lahlani amanga, nikhulume iqiniso, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe, ngokuba singamalungu omunye komunye. Thukuthelani, ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele. futhi ningamniki uSathane indawo.
Kwabase-Efesu 4:25-27 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke hlukanani namanga, nikhulume iqiniso, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe, ngokuba singamalungu omunye elomunye. Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele. Ningamniki uSathane indawo.
Kwabase-Efesu 4:25-27 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngakho lahlani amanga, nikhulume iqiniso, yilowo nalowo nomakhelwane wakhe, lokhu singamalungu omunye komunye. Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele. Ningamniki uSathane indawo.