Hlolani izinto zonke; bambelelani kokuhle. Dedani kukho konke okubi. UNkulunkulu wokuthula yena uqobo makaningcwelise ngokupheleleyo; njalo ngiyakhuleka kuNkulunkulu wonke umoya wenu lomphefumulo lomzimba, kulondolozwe kungelacala ekufikeni kweNkosi yethu uJesu Kristu. Uthembekile onibizayo, oyakukwenza futhi. Bazalwane, sikhulekeleni. Bingelelani abazalwane bonke ngokwanga okungcwele. Ngiyanifungisa ngeNkosi ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane abangcwele. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani. Amen. (Incwadi yokuqala eya kwabaseThesalonika yabhalwa ise-Athene.)
Funda 1 kwabaseThesalonika 5
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseThesalonika 5:21-28
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo