1 kwabaseThesalonika 5:21-28
1 kwabaseThesalonika 5:21-28 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
vivinyani konke, nibambisise okuhle; dedani kukho konke okubonakala kukubi. Kepha uNkulunkulu wokuthula, yena uqobo, makaningcwelise ngokupheleleyo, kulondolozwe umoya wenu wonke nomphefumulo nomzimba, kungabi nacala ekufikeni kweNkosi yethu uJesu Kristu. Uthembekile yena onibizayo, oyakukwenza futhi. Bazalwane, sikhulekeleni. Khonzani kubazalwane bonke ngokwanga okungcwele. Ngiyanifungisa iNkosi ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani.
1 kwabaseThesalonika 5:21-28 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Hlolani izinto zonke; bambelelani kokuhle. Dedani kukho konke okubi. UNkulunkulu wokuthula yena uqobo makaningcwelise ngokupheleleyo; njalo ngiyakhuleka kuNkulunkulu wonke umoya wenu lomphefumulo lomzimba, kulondolozwe kungelacala ekufikeni kweNkosi yethu uJesu Kristu. Uthembekile onibizayo, oyakukwenza futhi. Bazalwane, sikhulekeleni. Bingelelani abazalwane bonke ngokwanga okungcwele. Ngiyanifungisa ngeNkosi ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane abangcwele. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani. Amen. (Incwadi yokuqala eya kwabaseThesalonika yabhalwa ise-Athene.)
1 kwabaseThesalonika 5:21-28 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Vivinyani konke, nibambisise okuhle. Dedani kulo lonke uhlobo lobubi. Sengathi uNkulunkulu wokuthula, Yena uqobo, anganingcwelisa ngokupheleleyo, alondoloze umoya wenu wonke, nomphefumulo nomzimba, kungabi nasici ekufikeni kweNkosi yethu uJesu Khristu. Uthembekile onibizayo, futhi oyakukwenza lokho. Bazalwane, sikhulekeleni. Khonzani kubo bonke abazalwane ngokwanga okungcwele. Ngiyaniyala eNkosini ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane. Umusa weNkosi yethu uJesu Khristu mawube nani.
1 kwabaseThesalonika 5:21-28 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
vivinyani konke, nibambisise okuhle; dedani kukho konke okubonakala kukubi. Kepha uNkulunkulu wokuthula, yena uqobo, makaningcwelise ngokupheleleyo, kulondolozwe umoya wenu wonke nomphefumulo nomzimba, kungabi nacala ekufikeni kweNkosi yethu uJesu Kristu. Uthembekile yena onibizayo, oyakukwenza futhi. Bazalwane, sikhulekeleni. Khonzani kubazalwane bonke ngokwanga okungcwele. Ngiyanifungisa iNkosi ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani.
1 kwabaseThesalonika 5:21-28 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)