1 kaPetru 3:2-6

1 kaPetru 3:2-6 CZB24

bebona inkambo yenu emhlophe kanye nokwesaba. Ukuhloba kwenu makungabi ngokokwangaphandle, okokwaluka izinwele, nokokufaka igolide, noma okokwembatha izingubo; Kodwa makube ngumuntu osithekileyo wenhliziyo, ekuhlobeni okungaboliyo, okungomoya omnene onokuthula, okuyigugu phambi kukaNkulunkulu. Ngokuba endulo bazihlobisa nabesifazane abangcwele abamethembayo uNkulunkulu, bethobela amadoda abo; njengoba nje uSara wamlalela uAbrahama embiza ngokuthi nkosi

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kaPetru 3:2-6