Yilokhu ukuqiniseka esinakho kuye, ukuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa; Uma sazi ukuthi uyasizwa, noma yini esiyicelayo, siyazi ukuthi sinazo izicelo esizicelile kuye. Uma umuntu ebona umzalwane wakhe ona ngesono esingesiso esokufa, makacele, uyakumnika ukuphila, kulabo abenza isono esingesiso esokufa. Kukhona isono sokufa; angisho ukuthi uyakusithandazela. Konke ukungalungi kuyisono, futhi kukhona isono esingesiso esokufa.
Funda 1 kaJohane 5
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kaJohane 5:14-17
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo