1 kwabaseKorinte 1:26-31

1 kwabaseKorinte 1:26-31 CZB24

Ngokuba bhekani ukubizwa kwenu, bazalwane, ukuthi ababaningi abahlakaniphileyo ngokwenyama, ababaningi abanamandla, kababaningi abayizikhulu, ababiziweyo; Kodwa uNkulunkulu ukhethile izinto zobuthutha zomhlaba ukuze ajabhise ezihlakaniphileyo; futhi uNkulunkulu ukhethile izinto ezibuthakathaka zezwe ukuze ajabhise izinto ezinamandla; Lezinto eziphansi zomhlaba lezinto ezidelelwayo uNkulunkulu uzikhethile, lezinto ezingekho, ukuthi achithe izinto ezikhona. Ukuze kungabikho nyama ezibonga phambi kwakhe. Kodwa kuye lina likuKristu Jesu, owenziwe kithi ukuhlakanipha okuvela kuNkulunkulu, lokulunga, lokungcweliswa, lokuhlengwa; ukuze, njengokulotshiweyo ukuthi: Ozibongayo, makazidumise eNkosini.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo