KwabaseRoma 2:6-8

KwabaseRoma 2:6-8 ZUL20

oyakuklomelisa lowo nalowo ngokwemisebenzi yakhe: kulabo okuthe ngokubekezela ekwenzeni okuhle bayifuna inkazimulo nodumo nokungaboli, bafumana ukuphila okuphakade. Kepha kulabo okwathi ngenxa yokuzazi bona, abangalilalela iqiniso, kepha balalela ukungalungi, bayobhekana nolaka nentukuthelo.