KwabaseRoma 2:6-8

KwabaseRoma 2:6-8 ZUL59

oyakuvuza yilowo nalowo ngokwemisebenzi yakhe: labo abafuna ngokukhuthazela ekwenzeni okuhle inkazimulo nodumo nokungabhubhi bothola ukuphila okuphakade; kepha labo abanombango bengalaleli iqiniso, belalela ukungalungi, bothola ulaka nentukuthelo.