Ngalokho-ke masiphokophelele lezo zinto eziletha ukuthula nokwakhana. Ungawuchithi umsebenzi kaNkulunkulu ngenxa yokudla. Konke kuhlanzekile, kepha kungcolile kulowo muntu okudla qede akhubeke. Kuhle ukungayidli inyama nokungaliphuzi iwayini noma yikuphi okunye okwenza umzalwane wakho akhubeke. Ukukholwa onakho, yiba nakho phambi kukaNkulunkulu. Ubusisiwe ongazehluleli ngalokho akukhethayo, kodwa ongabazayo, nxa edla, wehlulelwe, ngokuba konke okungaveli ekukholweni, kuyisono.
Funda KwabaseRoma 14
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: KwabaseRoma 14:19-23
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo