Ngakho-ke kasilandeleni izinto eziletha ukuthula lezinto esingakhana ngazo. Ungawuchithi umsebenzi kaNkulunkulu ngokudla. Zonke izinto zihlanzekile; kodwa kubi kulowomuntu odla ngokukhubeka. Kuhle ukungadli inyama, nokungaliphuzi iwayini, nokunye umfowenu akhubeka ngakho, akhubeke, noma abe buthakathaka. Ulokholo na? ube nakho phambi kukaNkulunkulu. Ubusisiwe ongazilahliyo kulokho akuvumelayo. Ongabazayo, uma edla, ulahliwe, ngokuba engadli ngokukholwa; ngokuba konke okungaveli ekukholweni kuyisono.
Funda KwabaseRoma 14
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: KwabaseRoma 14:19-23
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo