IZaga 6:27-29

IZaga 6:27-29 ZUL20

Umuntu angawubeka yini umlilo esifubeni sakhe, izingubo zakhe zingashi na? Umuntu angahamba yini phezu kwamalahle avuthayo, izinyawo zakhe zingashi na? Unjalo-ke olala nomfazi kamakhelwane wakhe: noma yimuphi omthintileyo uyakujeziswa.

Funda IZaga 6

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo