IzAga 6:27-29
IzAga 6:27-29 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Umuntu angawubeka yini umlilo esifubeni sakhe, izingubo zakhe zingashi na? Umuntu angahamba yini phezu kwamalahle avuthayo, izinyawo zakhe zingashi na? Unjalo-ke olala nomfazi kamakhelwane wakhe: noma yimuphi omthintileyo uyakujeziswa.
Dlulisela
Funda IzAga 6IzAga 6:27-29 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Umuntu angaphatha umlilo esifubeni sakhe, izingubo zakhe zingashi, na? Umuntu angahamba phezu kwamalahle avuthayo, izinyawo zakhe zingahanguki, na? Unjalo yena ongena kumkamakhelwane: akuyikuthiwa ongenacala noma yimuphi omthintileyo.
Dlulisela
Funda IzAga 6