Kwaqubuka impikiswano phakathi kwabo yokuthi ngubani ongomkhulu kubo. UJesu eyazi impikiswano esenhliziyweni yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe, wathi kubo: “Yilowo nalowo oyakwamukela lo mntwana egameni lami, wamukela Mina; ongamukelayo Mina, uyamamukela nongithumileyo, ngokuba omncinyane kini nonke nguye omkhulu.” UJohane waphendula wathi: “Nkosi, sibone umuntu ekhipha amadimoni ngegama lakho, samnqabela, ngokuba engahambisani nathi.” Kepha uJesu wathi kuye: “Ningamnqabeli, ngokuba ongamelene nani, ungakini.”
Funda NgokukaLuka 9
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaLuka 9:46-50
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo