Luka 9:46-50

Luka 9:46-50 CZB24

Kwase kuba khona ukuphikisana phakathi kwabo kokuthi ngubani ongaba mkhulu kubo. UJesu ebona izizindlo zenhliziyo yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe. Wathi kubo: “Yilowo nalowo owamukela lo mntwana egameni lami uyangamukela mina; UJohane waphendula wathi: “Mfundisi, sabona umuntu ekhipha amademoni ngegama lakho; sasesimenqabela, ngoba engasilandeli. UJesu wathi kuye: “Ningamnqabeli, ngokuba ongamelene nathi ungakithi.

Funda Luka 9