NgokukaLuka 18:28-30

NgokukaLuka 18:28-30 ZUL20

UPhethro wayesethi: “Thina sishiye okungokwethu, sakulandela.” UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: akukho muntu oshiye indlu, noma umkakhe, noma abafowabo, noma abazali, noma abantwana, ngenxa yombuso kaNkulunkulu, ongayukukwamukeliswa okuphindwe kaningi kulesi sikhathi, esikhathini esizayo, ukuphila okuphakade.”