NgokukaLuka 18:28-30

NgokukaLuka 18:28-30 ZUL59

Wayesethi uPetru: “Bheka, thina sishiye okwethu, sakulandela.” Wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Akukho muntu oshiye indlu, noma umkakhe, noma abafowabo, noma abazali, noma abantwana ngenxa yombuso kaNkulunkulu, ongayikwamukeliswa okuphindwe kaningi kulesi sikhathi nasenkathini ezayo ukuphila okuphakade.”